Ubuyele ejokeni unozinti weBafana

2015-01-12 18:31
Johannesburg - Unozinti uDarren Keet kulindeleke ukuba abuyele ekuzilolongeni neBafana Bafana eGabon ngemuva kokubuyela ekhempini kulandela ukuzalwa kwengane yakhe yokuqala eBelgium.

Umdlali wasemuva ku-Orlando Pirates u-Ayanda Gcaba uzotheleka eLibreville ngoLwesibili ngemuva kokuqokelwa esikhaleni sikaPatrick Phungwayo, osebuyele kuleli kulandela ukulimala.

UGcaba uhlolwe isimo ngoMsombuluko, njengokwemigomo yalo mqhudelwano.

OLUNYE UDABA: ‘IBafana ingawudla umhlanganiso kowe-Afcon’

IBafana Bafana iqalile ukuzilolonga ngoMsombuluko kulandela ukuphumula usuku olulodwa ngemuva kokudlala ngokulingana neCameroon ngoMgqibelo eLibreville, eGabon.

Abadlali abathathu abalimalile kulo mdlalo kulindeleke ukuba babuyele ejokeni kungekudala.

Iqembu lizodlala ngaphansi kukaGroup C kulo mqhudelwano ozoqala ngomhlaka-19 Januwari.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.