Ucansi lwamahhala uma i-APC inqoba ukhetho

2015-01-09 18:33

Lagos – Inhlangano yomahosha eNigeria iCommerscial Sex Workers iveze ukuthi izokweseka uqembu i-All Progressives Congress okhethweni lukazwelonke kuleli lizwe. 

NgoLwesine le nhlangano iveze ukuthi izokweseka leli qembu eliholwa nguMuhammadu Buhari kulolu khetho oluzekwenzeka ngomhlaka 14 kuFebrwari ngokubika kweDaily Post.

Le nhlangano yabaqwayizi ithe yeseka uBuhari ngoba ayigculisekile ngoMengameli waleli lizwe uGoodluck Jonathan njengoba ikhala ngokuthi bayahlukunyezwa.

OLUNYE UDABA: Ahoxisiwe amacala abaqwayizi eZim

UNobhala Jikelele wale nhlangano uthe omahosha abakwazanga ukwenza imali eningi ngaphansi kobuholi bukaJonathan.

Ukukhombisa ukweseka i-APC amalungu ale nhlangano yabaqwayizi athe avumelene ukuthi uma uBuhari elunqoba lolu khetho bazonikeka abesilisa ucansi lwamahhala izinsuku ezintathu.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.