Udedelwe esibhedlela uBig Fish

2015-01-09 09:33

Johannesburg - Udedelwe esibhedlela uBig Fish, uSipho Makhabane, owangeniswa esibhedlela ngemuva kokuba sengozini uyemoto embi.

Ngokusho kwabezindaba zeDaily Sun, uBig Fish welulamela endaweni engadalulwanga.

UMakhabane udedelwe esibhedlela esiseMpumalanga, iLife Midmed Hospital, ngemuva kokungeniswa emasontweni amabili edlule.

Funda nalolu daba: Usesimweni esubucayi uMakhabane ngemuva kwengozi

 “Akakabuyi ekhaya okwamanje kodwa usededelwe esibhedlela,"kusho unkopsikazi wakhe uGrace, etshela iphephandaba.

Ngokusho kokhulumela umndeni, uJohan Sibiya, uMakhabane waba sengozini embi emasontweni amabii edlule, walimala kambi ekhanda.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 
 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

  - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.