Udedelwe ngebheyili umfundisi kwelokubulala

2015-07-18 13:57

Johannesburg - Umfundisi waseMpumalanga uvele enkantolo ngecala lokubulala elenziwe emphakathi ahlala kuwona.

UMduduzi Khoza, 45, ongumsungulu weZoë Tabernacle Church KaMhlushwa, uvele eNkantolo yeMantshi yaseToga kanye nelinye ilungu lomphakathi, uMkhuliseni Ngomane, 27, ngoLwesihlanu.

UNgomane uzinikele yena emaphoyiseni aseTonga ngoLwesine, uKhoza naye wenza okufanayo ngoLwesihlanu.

Funda nalolu daba: Isimanga usana lutholakala luphila emgodini we-toilet

Bobabili ababuzwanga ukuba bayalivuma yini noma cha icala, kodwa badedelwe ngebheyili ka- R500 umuntu emunye.

Basolwa ngokushaya baphinde bagwaze babulale uNkululeko Given Ngomane,21, ngasekupheleni kwenyanga edlule.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.