Udedelwe ngebheyili umzukulu kaMandela

2015-08-25 16:02

Johannesburg – Umzukulu kaNelson Mandela uthole ibheyili ka-R7000 eNkantolo yeMantshi yaseGoli ngoLwesibili.

IMantshi uPaul du Plessis icala ilihlehlisele uSepthemba 16 ngemuva kokubekela umsolwa imibandela yebheyili yakhe.

Funda nalolu daba: Usinde ngokulambisa obebalekela ukukhokha

Imibandela ihlanganisa ukuba umsolwa ahlale kuphela kuleli kheli alidalule enkantolo, akavunyelwe ukuba aphume eGauteng, nokuthi alethe izincwadi zonke ezimvumela ukuba ahambele kwelinye izwe.

Lo mlisa oneminyaka engu-24 ubudala uphinde wexwayiswa ngokuthi angalinge axhumane nofakazi boMbuso, ngisho nasezinkundleni zokuxhumana.

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.