Udilikajele kowabulala ‘ishende’ lomyeni wakhe

2015-08-24 13:32

Phnom Penh - Inkantolo yaseCambodia igwebe owesifazane udilikajele kulandela ukulahlwa yicala lokubulala omunye wesifazane ngokumbhunyela nge-acid ehaqwe yisikhwele.

USroeun Nann waboshwa ngoMashi ngemuva kokubhunyela nge-acid uMeas Vanny, owangunogada wesifazane.

UVanny, 20, walimala kabi ebusweni washonela esibhedlela emasontweni amabili alandela.

OLUNYE UDABA: Ubhunyele umkakhe nge-acid wabaleka

Kuqhubeka icala, uNann, 40, wavuma ukuthi wahlasela uVanny ngoba wayecikwa ukuthi ujola nomyeni wakhe.

Ijaji labe selikhipha isinqumo sokuthi uNann anikezwe udilikajele ngokubulala ngenhloso.

Ukuhlasela nge-acid kuyinsakavukela umchilo wesidwaba eCambodia ngoba lolu ketshenzi lutholakala kalula kuleliya lizwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.