Ufuna ibheyili ‘owabulala owayekhala ngokugqoma kwengoma’

2015-08-25 12:33

Johannesburg – Owesilisa owake walahlwa yicala lokubulala, osesolwa ngelinye futhi, ngemuva kokuxabana nowesilisa kubangwa ukudlalela phezulu umculo, liyaqhubeka enkantolo.

Inkantolo inqabile ukudedela lo somabhizinisi waseVereeniging nendodana yakhe, 15, ababoshelwe icala lokubulala nelokuzama ukubulala.

Kuthiwa indodana kalo somabhizinisi yashaya ngebhodlela owesilisa owakhalaza ngomsindo ababewubanga bedlala umsakazo emotweni kayise.

OLUNYE UDABA: UDJ osolwa ngelokubulala uthi uyabahlionipha abesifazane

Inkantolo yatshelwa ukuthi ummangalelwa, 38, waquthuza ngenhlamvu owesilisa owamkhuza ecela ehlise umsindo wengoma ababewudlala emotweni yakhe.

Kuthiwa ummangalelwa wadubula wabulala owesilisa wokuqala kwathi omunye wamdubula wasala ekhubazekile.

Icala lendodana yakhe lizoqulwa enkantolo yezingane.

Lo somabhizinisi ubabele eNkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng ngemuva kokuthi imantshi yaseVereeniging inqabile ukumkhipha ngebheyili ngoba angase enze elinye icala elifanayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.