Ufuna ukuba yingxenye yomlando oyolwisana ne-Ebola

2015-01-20 07:18
Johannesburg - Inesi laseNingizimu Afrika eliya eSierra Leone ukuyosiza ukulwisana ne-Ebola eNtshonalanga afrika lithe ngoMsombuluko liyabazi ubungozi kodwa alesabi lutho.

UBilly Nyaku, 31, waseLimpopo, uthe uyazi ukuthi bangaphezulu kwabangu-350 abezempilo asebebulawe yileli gciwane le-Ebola.

"Ngiyakwazi lokho kodwa angesabi nakancane. Lokhu ngikwenzela labo abangakwazi ukuzisiza. Abantu abadinga usizo lwethu,” usho kanje ekhuluma nabezindaba eGoli.

Funda nalolu daba: Ushonile unesi obephethw eyi-Ebola.

"Ngangifundelani kanti? Leli yithuba lami lokuba yingxenye yomsebenzi ngoba uma ngingahambi, ngeke ngibe yingxenye yomlando. Angesabi.”

Uthe kuyintokozo kuyena ukuba yingxenye yethimba labaseNingzimu Afrika eliya eSierra Leone.

INingizimu Afrika izothumela amanesi ayishumi kuleliya lizwe, kusho inhlangano iRight to Care.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.