Ufuna ukubolekiswa oweDowns ongalinuki ijezi

2014-12-19 07:31

Pretoria – Umdlali wasemuva weMamelodi Sundowns uBryce Moon usezwakalise ukuthi unesifiso sokuthi abolekiswe uma kuvuleka iwindi lokubolekiswa kwabadlali ngoJanuwari njengoba AmaZulu asekhombise intshisekelo kuyena.

Lo mdlali akakaze agijime kuleli qembu kule sizini kanti usekubeke kwacaca ukuthi uncamela ukubolekiswa kunokushaywa ngesithende njengoba engabonwa nasebhentshini.

Usuthu olubhekene nesambane kule sizini lusenkingeni ngomdlali wasemuva ngakwesokudla kulandela ukuhamba kukaBonginkosi Macala kanti slikuvezile ukuthi lizimisele ngokuthola umdlali ofana noMoon. 

OLUNYE UDABA: UMoon ufuna kuhoxiswe amacala

Ngokubika kweKickOff umthombo uveze ukuthi iSundowns izimisele ngokuthi kube khona abadlali ebakhululayo noma ebabolekisayo uma kuvuleka iwindi ngoJanuwari. 

UMoon ubanga ijezi lakhe nabadlali okubalwa kubo uRamahlwe Mphahlele, Rheeece Evans noSiyanda Zwane.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.