Ufunga uyagomela uPitso Mosimane ngekusasa likaLaffor

2015-01-16 11:04

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane usagcizelela ukuthi akayindawo u-Anthony Laffor.

Lo mdlali waseLiberia ongavamile ukuthola ijezi selokhu kuqale isizini, futhi inkontileka ezophela ngoJuni, umataniswa neqembu leKaizer Chiefs.

Kodwa noma kunjalo, uMosimane uthi uLaffor uyayithanda iSundowns futhi ngeke alishiye leli qembu.

Funda nalolu daba: 'Siyamfuna uKlate kodwa yiholo lakhe eliyinkinga'.

"ULaffor akafuni ukuhamba,” kusho uJingles. “Ngingakuqinisekisa ukuthi uLaffor akafuni ukushiya iSundowns.”

"ULaffor ngeke ayishiye iSundowns, uze ungibuze ungiphale ulimi...uLaffor uyayithanda uSundowns. Ufuna ukuhlala kwiSundowns, nathi sifuna ahlale.”

ISundowns iqhathwe neThanda Royal Zulu koweNedbank Cup, kubika KickOff.com.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.