Ugonyulukile osolwa ngokubulala intombazane

2015-08-24 17:32

Johannebsurg - Umlisa obhekene necala lokuklinya abulale intombazanyana usegonyulukile walivuma icala lakhe.

INkantolo eNkulu, ehleli kweyeMantshi yasePalm Ridge, ilalele uCharles Simmers elivuma icala lakhe ngoMsombuluko ngesikhathi ethula ubufakazi.

USimmers‚ 29‚ uthe waqamba amanga enkantolo phambilini ngoba wayesaba, kodwa usebonile manje ukuthi ngeke ayendawo uma eqhubeka namanga.

Funda nalolu daba: Izigebengu zibaleke nebhokisi lemali elingenalutho

Ube esetshela inkantolo ukuthi uMarchell Taljaard wabulawa nguyena.

Yena nalowo asolwa nabo, uVernon Lawrence‚ 25‚ noDaniel Baartman‚ 30‚ basolwa ngokubulala uTaljaard‚ 17‚ ngasemzini wakubo eBoksburg ngoMashi 2012.

Laba basolwa nangokweba iselula yakhe nobucwebe nangokuzama ukuzama ukufaka ipayipi leplastiki ‘enkomeni’ yesisulu, kubika iSowetanLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.