Ugwetshiwe owabulala unkosikazi owazala intombazane

2015-01-22 16:00
Ankara - Owesilisa waseTurkey unikezwe isigwebo sikadilikajele ngokushokha unkosikazi wakhe ngogesi elele ngoba ecikwe ukuthi wabeletha ingane yentombazane, yena ebe efuna indodana.

Lesi sigameko senzeka esikhathini esingangonyaka esedlule, ngemuva kosuku owesifazane, 33, ebelethe indodakazi yabo yesibili, kusho umbiko.

Kuthiwa le ndoda, 29, yakuhlela ukubulala unkosikazi wayo ngokuthenga amagilavu nezintambo zokumshokha, ngokobufakazi obavela enkantolo.

OLUNYE UDABA: Inkantolo imdabukele owabulala unkosikazi oqomile

Ezinyangeni zokuqala ezingu-11 ngo-2014, amadoda abulala abesifazane abangu-253 eTurkey, ngokusho kwezibalo zeBianet.

Izinhlangano zamalungelo abantu zizwakalise ukuthi uhulumeni akenzi imizamo eyanele ukuqeda lolu hlobo lwesihluku.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.