Ugwetshwe kanzima owadlwengula indodakazi yakhe

2015-08-03 11:03

Bulawayo - Owesilisa waseGutu, eZimbabwe, oneminyaka engu-34 ubudala owadlwengula indodakazi yakhe, 13, ugwetshwe iminyaka engu-64 esejele.

Inkantolo itshelwe ukuthi le ndoda ngelinye ilanga yadlwengula indodakazi yayo ngesikhathi ikhumula umfaniswano wesikole, kubika iBulawayo24.

Le ndoda ibilokhu iwaphike njalo amacala ebibekwe wona ngesikhathi ivela enkantolo.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owadlwengula indodakazi yakhe

Yize kunjalo, liyigojele icala ngenxa yobufakazi obuqanda ikhanda obukhomba yona.

"Isihluku nenkanuko onakho kushiya inkantolo ingayiboni enye indlela engakugweba ngayo. Wadala ukuthi indodakazi yakho ingaphinde ikwethembe.

'"Kuyanyanyisa ukuthi umuntu angenza indodakazi yakhe umfazi. Awukufanele ukuba yingxenye yomphakathi ngakho kumele uye ejele," kusho imantshi igweba le ndoda.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.