Ugwetshwe kanzima owadlwengula isalukazi siyotheza

2015-07-28 18:21

Johannesburg - Owesilisa, 33, ugwetshwe odilikajele ababili ngecala lokudlwengula eNkantolo yesiFunda yaseSibasa, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Ronel Otto uthe uNamadzavho Khothiwa ugwetshwe ngoMsombuluko ngamacala okudlwengula awenza phakathi kuka-2012 no-2013.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owesifazane owadlwengula umfana e-KZN

Esigamekweni sokuqala ngo-Agasti 2012 uKhothiwa wayengela ingane, 10, ngasemfuleni eyifice idlala emgwaqeni nomngani wayo wase eyidlwengula, kusho u-Otto.

Kwathi ngoDisemba 2013 wadlwengula owesifazane, 59, emkhombe ngommese ehlathini eTshilungwi eyotheza.

Lo wesifazane waze weqa ngakusa ummangalelwa esalele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.