Uhambe kahle Ndidane

2015-08-04 17:31

Durban - Usibusisile usaphila Ndidane evamise ukubadida abaningi. Isichomachomane, umfana wochuku, Isipiklapiklane.

Hamba kahle mfana kagogo uFelenkanini.

Lana indidane imi noshaya umculo wokholo uSfiso Ncwane.

Uzosikhumbula sesithini isichomachomane umqoqi wezindondo.

Baphawule kanje abafundi:

UMuzi S.Ndlazi uthe: Wakathazeka umoya wami ngoba sonke asakhile ezweni siyekhaya eJerusalema.

USakho Xhakaza uthe: Ngzomkhumbula ngalengoma...Mama nobaba ngihlangabezeni sengiyikhethile indela eza kini kungaba nini ngiphila kabuhlungu sengiyisibonelo sokuhlupheka emhlabeni.....Hhayi kubuhlungu bakithi ngeNdidane ubani nje oyophinde athi "Yes Yes Yess Yeeesss"

UMxolisi Teanag Mbonane uthe: Ewuu Madoda zohamba izinsizwa kosala izibongo...Siyophinde sibonane ngokuzayo Sdumadumane Sezwe..sonke soliwela lelibhulohwe osuliwelile asithembe usazobajabulisa ozobathola ngalapho njengoba nathi usishiye sijabule.

UCtheh Leeh uthe: Eish kwanzima lolu daba.kubuhlungu kakhulu

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.