Uhlelo olusha kwabaxoshwa kolukamabonakude

2015-07-22 12:33

Johannesburg – Uma ubusaxakekile ukuthi benzani kuphi oKat Mohoaduba noWendy Parker kulandela ukuxoshwa kwabo kwiDiski Divas, kungase kukujabulise ukuzwa ukuthi bayabuya.

UKat usekuqinisekisile kwabeThe Juice ukuthi yena nomngani wakhe bazophinde basebenzisane ohlelweni olusha lukamabonakude oluzoqala ngasekupheleni konyaka.

"Ngeke ngikwazi ukusho okuningi okwamanje ngoba uyazi ukuthi izinto zenkontileka zisebenza kanjani kulo mkhakha. Ngeke ngikwazi ukukhuluma kuze kube kuyasayinwa, kodwa ngingakusho nje ukuthi ngizobuya,” usho kanje.

Funda nalolu daba: Akukuhle phakathi kukaKim noKanye

"UWendy kanye nami senza okuthile ndawonye. Akulona uhlelo olukhuluma ngempilo yethu kodwa mina noWendy nakanjani siyabuya kumabonakude,” ethembisa.

UKat uthi iyammangaza indlela athandwa ngayo abalandeli bakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.