'Ukhuluphele ngokweqile ukuthi angahlala ejele'

2015-06-17 12:27

 Ashton - Umshayeli wasendaweni yase-Ashford, eKent, okhuluphele ngokweqile, oshayise wabulala obezigijimela emgwaqeni, uthi ukhuluphele kakhulu ukuthi angaya ejele.

ULinda Ann Jenns, 49, ushayise wabulala uPaul Stinton, 45, ngemoto yakhe yohlobo lweFord Kuga emhlophe ngemuva kokudlula erobhothini libomvu.

Inkantolo ithole uJenns enecala lokubulala uStinton wase-Ashford, eKent, ngokushayela ngobudedengu ngemuva kwezinsuku ezintathu icala lingenile enkantolo.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe owesifazane oshaye isoka nge-Burger

Ummeli kaJenns u-Ian Bridge ube esecela ijaji lenkantolo yaseCanterbury Crown ukuba angaboshwa uJenns ngoba kuyoba nzima ukuba ahlale ejele, kubika izindaba zeMirror.

 UBridge utshele inkantolo ukuthi ikhasimende lakhe lahlaselwa yisifo sohlangothi eminyakeni eyisikhombisa edlule kanti ngesikhathi sesigameko ubelashelwa izinkinga zakhe zokukhuluphala ngokweqile.

"Njengamanje ukhuluphele ngokweqile kanti selokhu kwenzeka isigameko usekhuluphele kakhulu futhi.

"Ngicabanga ukuthi kuzoba nzima kuye ukuhlala ejele."

IJaji, uHeather Norten, ube eselihlehlisa amasonto amabili icala ukuze kuzotholakala imibiko kadokotela kodwa wabe esexwayisa, uJenn, ukuthi angase abhekane nejele aphinde aphucwe izincwadi zokushayela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.