Ukhuza ibuya umdlalo wodumo kwa-etv

2015-08-06 13:33

Johannesburg – Ukhuza ibuya umdlalo wochungechunge obenedumela esiteshini sikamabonakude esizimele i-etv  osihloko sithi Umlilo.

Ngokusho kwesitatimende esikhishwe yilesi siteshi isizini yesibili yalo mdlalo izoqala ngoMsombuluko mhlaka 10 ku-Agasti 2015 ngehora lesishiyagalolunye kusihlwa.

OLUNYE UDABA:  U-DJ Heavy K uzonandisa eBulawayo

Lo mdlalo okhuluma ngokuba nesithembu ugabe ngabalingisi abanohlonze okubalwa kubo uHamiton Dlamini, Nomzamo Mbatha, Nokuthula Ledwaba nabanye.

Isikhulu esiphezulu sakwa-etv uMonde Twala uthe ngesizini yokuqala lo mdlalo uphenduke intandokazi kubabukeli.

“Abakhiqizi balo mdlalo sebejikise amatafula kakhulu ke manje njengoba kusazoqhubeka nokushuba nokuzokwenza ababukela bengagudluki komabonakude babo,”kusho uTwala.  

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.