Ukucima kukagesi kungase kuzwele kakhulu kweyensimbi

2015-01-13 07:05

Johannebsurg - Yehle ngo-1% imikhiqizo embonini yensimbi nakwezobunjiniyela phakathi kuka-Okthoba noNovemba ngenxa yokuphazamiseka kukagesi okwenziwe u-Eskom, kusho i-Eskom, the Steel and Engineering Industries Federation of SA (Seifsa)ngoMsombuluko.

Isikhulu sezomnotho seSeifsa, uHenk Langenhoven, uthe ukukhula kwemikhiqizo okuphazimisekile ngo-2014 manje sekungabalelwa ku-2.5 wezinyanga ezingu-11 zokuqala onyakeni ka-2014 uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo nango-2013.

Funda nalolu daba: U-Eskom wethemba ukuthi uzomelana nengcindezi.

Uthe imikhiqizo yerabha yona yehle ngo-5.9%, kanti ekaplastiki yehle ngo-2%.

ULangenhoven ugcizelele ukuthi ukuphazamiseka kukagesi okubonakele ngenyanga kaNovemva kungase kwehlise imikhiqizo ngo-23% kule mboni uma kuqhubeka.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.