Umangalelwe obhadlaze ese-HIV sowayengumkakhe

2015-07-22 10:03

Bualwayo - Owesifazane waseHarare umangalele owayengumyeni wakhe ngezinsolo zokudalula isimo sakhe se-HIV emphakathini.

UVirginia Muchemwa encwadini ayihambise enkantolo uthe wabaleka emzini wabo ngoba umyeni wakhe uFungai Muteranduwa wayenomkhuba wokumshaya.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe ofihlele unkosikazi isifo se-HIV

"Wake wangihlasela emzini wami ephethe ummese ngemuva kokuba engibone ngikhuluma nomngani wami wesilisa."

UMuchemwa uthe usehlalela ovalweni ngenxa yokuziphatha kukaMuteranduwa.

Lolu daba bekufanele luthethwe enkantolo ngoLwesibili kaodwa lwasuswa emabhukwini enkantolo ngoba umangali nomangalelwa bengafikanga enkantolo, kubika iBulawayo24.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.