Umbiko: Umisiwe oweMuvhango

2015-08-24 17:32

Johannesburg- Kubikwa ukuthi uzophuma okwesikhashana umlingisi weMuvhango uSimpiwe Ngema odlala indawo kaThuli kuwo lo mdlalo.

AbeSunday Sun babike ukuthi uSimphiwe ugcine emasontwemi amabili adlule ukuthatha izithombe zalo mdlalo.

Ngokusho kwaleli phephandaba amaphrojusa alomdlalo achaze indawo ayidlalayo njengendawo engenamsebenzi.

OLUNYE UDABA:  Usolwa ngokuzikhukhumeza umculi oxoshiwe kuZalo

Okhulumela abeMuvhango u-Amanda Ngudle uqinisekise ukuphuma kukaSimpiwe kulo mdlalo ngezizathu zokuhlelwa kabusha kwabadlali.

“Angeke esabonakala kulo mdlalo kule sizini. Ababhali bomdlalo abenze lokho.Bathole ukuthi indawo ayidlalayo ayisagculisi kodwa lokho akusho ukuthi angeke esabonakala kuwo. "UThuli" uzophinde avele ngoMashi ngonyaka ozayo,” kuchaza u-Amanda.

USimpiwe akatholakalanga ephawula, kubika iThe Juice.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.