'Umbiko wama-etoll usho ukunqoba'

2015-01-16 14:04

Johannesburg - Umbiko wama-etoll okhishwe uNdunankulu waseGauteng uDavid Makhura uyizindaba ezinhle kubantu abahluphekayo nezisebenzi, kusho iSA Communist Party ngoLwesine.

"Sikholelwa ukuthi lokhu kusho ukunqoba kwabantu abahluphekayo nezisebenzi esifundazweni, uma ubheka indlela olwethulwa ngayo lolu hlelo...akuzange kube nezingxoxo,” kusho okhulumela i-SACP esifundazweni, uLucian Segami.

Funda nalolu daba: Ukuynqamula ugesi iyonandlela efanele - Eskom.

I-SACP iyabuncoma ubuholi obuqinile obukhonjiswe uhulumeni wesifundazwe ngokuqoka ikomidi. Ikomidi lasungulwa ngoJulayi 17 ngenhloso yokuba lihlole umthelela wama-etoll kwezomnotho nasemphakathini ngobubanzi.

NgoLwesine, uMakhura ukhiphe iziphumo kanye nezincomo ezenziwe yikomidi.

UMakhura uthe uhlelo olukhona njengamanje kumele lubuyekezwe khona kuzogqama izinto ezifana nokulingana, kuqinisekiswe ukuthi abekho "abadonsa ngodizili".



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.