Umbono: Asikho isidingo sokumqapha'

2015-08-03 15:59

Durban - Sibanjani isimo ekhaya ngemuva kokuba ilungu lomndeni elasinda lizama ukuzibulala ngemuva kwesigameko?

Ngabe izinto zibuyela esimeni sazo noma niliqapha ngelokhozi?

Baphawule kanje abafundi:

Fah Nkabenhle uthe: Asikho isidingo sokumqapha yize sisuke singasamethembi kodwa asikwazi ukuthi singama endleleni yakhe uma esefuna ukuzithatha ayekhaya ezulwini. Ngeke ngilokhu ngiqaphe umuntu angaze ahambe nami kanti bekukuhle esafun ukuythatha yedwa lendlela.

O'jayz Dlamini uthe: Umuntu uma efuna ukuzibulala akazibulale nje lutho ukuthi agadwe yimi ngiyeke utshwala ngigade yena mina angayofa.

ULuvo Majwarheni uthe: Ngicabanga ukuthi uma eseke wasinda ezama lokho! akaphindi alinge futhi. Manje ke ukumqapha akudingeki.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.