Umbono - Imibono eyehlukene ngohlushwa yisoka

2015-06-18 11:12

Cape Town - Asike sakhane siphinde sisizane bakwethu.

Nangu udadewethu ecela usizo ngendoda yakhe:

"Ngicela usizo indoda yami ixoxa ne-ex yayo ku-Whatsapp, intombi iphinde icele imali kodwa mina akangiphi lutho."

Ungathini kuye kule nkinga abhekene nayo?

Baphawule kanje abafundi: 

UTeressa Ntomby uthe: Shiya dadewethu ungaze ushiwe izinto zokuhamba kuyacaca ubhuti usamthanda u-eX akukho ozokwenza ukushitsha leso simo phuma kuye uqhubeke nempilo yakho.

UTebogho Gumede uthe: Kuyacaca ukuthi kulobubudlelwano akukho ukuxoxisana, hamba endodeni yakho uyitshele ukuthi akukuphathi kahle ukuthi akuncishe imali ekubeni eyinika i-eX yakhe, kanti futhi okungenzeka wena uyasebenza i-ex ayisebenzi. Uma usebenza nawe ubofunda ukuzimela uyeke ukuma ngendoda!!! Vuka emaqandeni dadewethu!

UZungu Bongumusa KaManzini uthe:Dadewthu ayikho indawo efana nekhaya

USibonelo Sphamandle Gumbi uthe: Heyi usenkingeni dadewethu kodwa kumele uyiqonde le ndoda  uyibuze ukuthi yin inhloso yayo.

UNjomie Mhlongo uthe: Nxese dadewethu ngizwelana nawe. Hlala phansi nendoda yakho uyitshele ukuthi awujabulile ngalento eyenzayo uma iqhubeka. Thatha isinqumo esizokujabulisa.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.