Umehlokaboni konolwazi esigamekweni sokubulala

2015-01-16 13:38
Johannesburg - Inhlangano elwa nobugebengu eMpumalanga isikhiphe umehlokaboni ka-R50 000 kulowo oyofika nemininingwane ezoholela ekuboshweni kwezigilamkhuba ngecala lokubulala isakhamuzi saseWhite River, uClive Bowers.


UBowers, 60, wadutshulwa wabulawa yizigebengu ezazigqekeza kwakhe endaweni yaseBundu Wildlife Estate ngaphandle kwaseWhite River ngoLwesibili nokuyisenzo esishiye umphakathi waleli dolobha ushaqekile.

OLUNYE UDABA: Umehlokaboni konolwazi ngengane eyathunjwa

Kukholakala ukuthi lo mehlokaboni yiwo ozosiza amaphoyisa ukuba abophe lezi zigilamkhuba maduze, kusho umphathi weBossies Community Justice, uJacques Meiring ngoLwesihlanu. 



 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

                                        

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.