Umengameli Zuma ukhale ngeyokubulawa kwamaphoyisa

2015-08-03 09:31

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma ukugxekile ukubulawa kwamaphoyisa amane e-SAPS kanye nelilodwa lomgwaqo kuleli sonto eledlule, ngokusho kombiko.

"Amaphoyisa yiwo abavikeli phakathi kwezigilamkhuba nomphakathi ngakho kumele sibambisane ukuqinisekisa ukweseka amaphoyisa," esho esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kubulawe iphoyisa ehostela eGoli

"Sithanda ukuphinde sicele amaphoyisa ukuba azivikele ezigebengwini ngendlela ehambisana nomthetho. Siwethulela isigqoko wonke amaphoyisa enza umsebenzi wawo ngendlela ukukhuculula ubugebengu ezweni."

UZuma ube esethumela amazwi enduduzo emndenini elahlekelwe.

ISekela likaNgqongqoshe wezamaPhoyisa uMaggie Sotyu uthe angu-52 amaphoyisa asebulewe kusukela ngoJanuwari.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.