Umengameli uzoyiphendula ngoMashi imibuzo

2015-01-21 18:31
Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma uzoyiphendula yonke imibuzo ebhekiswe kuyena ePhalamende ngoMashi, kusho uSomlomo uBaleka Mbete ngoLwesithathu.

"IHhovisi likaSomlomo wePhalamende lithole incwadi evela eHhovisi likaMengameli eqinisekisa ukuthi umengameli uzoyiphendula yonke imibuzo ngomhlaka-11 Mashi,” kusho isitatimende.

Okhulumela umengameli uMaharaj ukuqinisekisile lokhu.

“Umengameli uphendula imibuzo ngalesi sikhathi uma sekuzogoqwa ikota yokuqala yomsebenzi abewenza.”

OLUNYE UDABA: UZuma uthole isexwayiso ngokuphawula ngabesifazane

Lokhu kuza ngemuva kokuthi amaqembu aphikisayo esole uZuma ngokubalekela ukuphendula imibuzo ePhalamende.

Ngomhlaka-21 Agasti, amalungu e-Economic Freedom Fighters aphazamisa umengameli ephendula imibuzo.

La malungu ayememeza ethi umengameli akakhokhe imali okwalungiswa ngayo umuzi wakhe oseNkandla njengokwezincomo zoMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.