Umfana, 12, ubulawe uqhwasha abedlala ngawo

2015-07-28 16:01

Cape Town - Umfana, 12, waseMitchells Plain, eKapa, okukholakala ukuthi ubedlala ngoqhwasha, ushonele esibhedlela ngemuva kokuzidubula ngephutha.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe uLieutenant Frederick van Wyk uthe amaphoyisa athole uNowan Africa enehlandla lokudutshulwa ekhanda ngeSonto ntambama kuSugarloaf Street, eTafelsig, kubika iCape Times.

UNowan, obenza uGrade 7, uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuvelelwa yile ngozi ngeshwa washona ezintatha ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Kudubuleke iphoyisa kudunwa iloli likagwayi

"Kukholakala ukuthi isisulu nabangani baso bebedlala ngoqhwasha ngesikhathi sidubuleka. Kumanje kuphenywa icala lokubulala," kusho uVan Wyk.

“Okwamanje uphenyo lusaqhubeka kanti bekungakaboshwa muntu."

Le ngane izofihlwa kule mpelasonto esiya kuyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.