Umfundi ecaleni lokubulala eKZN

2015-07-21 14:32

Durban – Kuboshwe umfundi ngecala lokubulala omunye ngesikhathi kunengxabano yamaqembu amabili esikoleni eMkhwakhweni ngoMsombuluko ngokusho kwamaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Jay Naicker uthe amaphoyisa abiziwe ngemuva kokuba amaqembu amabili esikioleni evoke indlobane alwa maphakathi esikoleni.

“Abafundi bebelwa abanye baze bagwazana.

Abafundi ababili abagwazwe kanzima baphuthunyiswe esibhedlela ngeshwa oyedwa uMbuyiseni Ntshangase oneminyaka engu-16 ubudala ushone ngemuva kwesikhashana efikile esibhedlela,” kuchaza uNaicker.

OLUNYE UDABA: Ibalwa nahamba phambili iSA kwezenkohlakalo

“Kuvulwe icala lokubulala esiteshini samaphoyisa sasoPhongola.” 

Uqhube wathi amaphoyisa akwazile ukubopha umsolwa oneminyaka engu-20 ubudala.

“Kulindeleke ukuthi avele eNkantolo yeMantshi yasoPhongola ngoLwesithathu.

UKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu Natal uMmamonnye Ngobeni uncome ukusebenza kwamaphoyisa ngokusheshe ambophe umsolwa ngalesi sigameko.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.