Umholo kaJanuwari - umbono

2015-01-23 11:02
Cape Town -  Njengoba kukhona abahole ngeledlule futhi kukhona nabayibamba namhlanje, yini oyenzayo ngomholo wakho wokuqala wonyaka?

1. Ngiyaqala ngibekelela ukuphela konyaka
2. Ngikhokha izikweletu ezidaleke ngoDisemba

Sicela usitshele ozokwenza wena ngomholo wokuqala noma ngabe akubhaliwe ngenhla, uphinde usiphe nama-tips okonga.


Baphawule kanje abafundi:

UMelusi Mbili Meluh uthe: Ngiyaqala ngiyibekela ukuyokwenza ilicence yemoto engizoyenza ngo-Ephreli.
U-Apostle Nhlanhla Mhlongo uthe: Mina ngiyashada ngomhlaka-2 Meyi manje ngizokhokhela zonke izindleko zawo zokuqala.

UNkanyiso Cele Ndleleni uthe: Mina ngizoya kwa-Old mutual ngoba ngifuna ukwenza i-investment yemali engu-R200 ngenyanga-ngizoyilanda uma sekuphele iminyaka emihlanu.
USbusiso Mata uthe: Ngilindele ukuba uBaba, ngizoyibeka imali ukuze ngoJuni uma kuzalwa indodakazi noma indodana yami ngikwazi ukuyifikisa kahle kulomhlaba.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.