Umklamo wezigidi kunwetshwa u-N3

2015-01-09 13:33
Johannesburg - I-N3 Toll Concession (N3TC) ihlela ukutshala imali elinganiselwa ku-R1 billion kule minyaka emithathu ezayo ngenhloso yokunweba i-N3 Toll Route.

"Sizibophezele ekuqinisekiseni ukuthi umgwaqo uyanwetshwa ukuze kugwenywe ukuthi isiminyaminya singaze sifike ezingeni lokuthi singalawuleki, nokungase kudale izinkinga kubashayeli,” kusho isikhulu se-N3TC uDouglas Judd esitatimendeni ngoLwesihlanu.

"I-N3TC ilwenza ngaphambi kweiskhathi ebesinqunyiwe lolu hlelo ngenxa yokugwema izinkinga eminyakeni ezayo.”

OLUNYE UDABA: Kuhoxiswe umklamo obuzodla u-300m 'esigodlweni' eNyokeni

Uthe kuzoba nohlelo oluzosetshenziswa ukuqikelela ukuthi abashayeli abaphazamiseki kakhulu emgwaqeni.

Ukwakhiwa komgwaqo u-N3 phakathi kweHarrismith neWarden kuzoqala kule nyanga kanti kulindeleke ukuba kuphothulwe ngo-Ephreli 2017.

Ngo-Agasti, kuzokwakhiwa umgwaqo ongu-14km phakathi kweCedara neTweedie.

Ibhuloho laseMngeni River nalo lizonwetshwa kulo mklamo, kanti kulindeleke ukuba lithathe iminyaka emibili.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.