Umphangi nomdlwenguli bawuphase kahle u-matric

2015-01-07 16:02
Durban - Isiboshwa esalahlwa yicala lokuphanga, esidonsa iminyaka emithathu ejele, nomdlwenguli odonsa iminyaka engu-8, yibo ababe yiziboshwa ezivelele ezibhale ukuhlolwa kuka-matric ngonyaka odlule.

Lezi ziboshwa ezimbili ezineminyaka engu-22 ubudala ebezifunda e-Usethubeni Youth School eDurban-Westville zihlonishwe nguNgqongqoshe wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uMichael Masutha, obememezela imiphumela ka-matric yeziboshwa eGoodwood, eKapa, ngoLwesithathu.

"Izinga labaphase umatikuletsheni linyukile lisuka ku-58.8% ngo-2013 laya ku-68.9% ngo-2014," kusho uMasutha.

OLUNYE UDABA: I-DA ifuna izimpendulo ngekuthiwa bakopela uMatric

Bezingu-185 iziboshwa ezibhale ukuhlolwa kwebanga leshumi ngo-2014.

"UMnyango uyibeke eqhulwini imfundo ukuthi ibe yingxenye yokuhlunyeleliswa kwezimilo,” kusho uMasutha.

Uthe lokhu kuyingxenye yokuqeda abantu abangafundile nabangenazo iziqu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.