Umqeqeshi wodumo uphawula ngokuxoshwa kukaBaxter

2015-08-25 12:31

Johannesburg - Umqeqeshi uMuhsin Ertugral uthe isinqumo sikaStuart Baxter sokuyoqeqesha iqembu laseTurkey iGenclerbirligi kwaba ngesinzima kakhulu.

UBaxter wathatha umsebenzi wokuqeqesha leli qembu ekuqaleni kwesizini kulandela ukunqoba izicoco ezine eminyakeni emithathu neKaizer Chiefs.

Kodwa  ngemuva kwemidlalo emibili naleli qembu laseTurkey ube esekhonjwa indlela izolo ngoMsombuluko.

U-Ertugral odabuka eTurkey watshela iKickOff ngenyanga edlule ukuthi kungenzeka Baxter abhekane nobunzima.  

OLUNYE UDABA: UMonare usethelelene amanzi noSono - Umbiko

"Kuyohlale njalo kunzima kunoma yimuphi umqeqeshi ukuqeqeshe eTurkey ngoba iligi yakhona ihlukile futhi ikhokha kakhulu," kusho lo mqeqeshi.

"Kuningi okwenzekayo ebholeni laseTurkey kangangokuba aphethwe amakimidi okuyiwona athatha izinqumo," enanela.

Kumangale abaningi ngesikhathi kuvela izindaba zokuxoshwa kwalo mqeqeshi ngoMsombuluko ngemuva kokuba neminyaka eyimpumelelo kwiChiefs. 

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.