Umrepha ezinsolweni zokushaya indoda ngelechampagne

2015-08-12 12:30

Johannesburg – Kubikwa ukuthi umrepha wodumo kuleli uKiernan "AKA" Forbes ubenengxabano nenye indoda ekilabhini iCocoon Lounge eSandton eGoli emasontweni ambalwa adlule.

Ngokusho kwemithombo eyahlukene ekhulume nabeThe Juice engafunanga ukudalula amagama ayo ngenxa yokusaba, abangani bale ndoda bamfuna la u-AKA.

"Akucaci ukuthi le mpi yaqala kanjani kodwa u-AKA washaya le ndoda ngebhodlela le-Champagne.

OLUNYE UDABA: U-AKA uphika eyokusakaza uCassper ngempama

"Njengamanje le ndoda nabangani bayo bathi  bazomubamba u-AKA," kusho omunye umthombo.

"Le ndoda ingumuntu eyazi abantu kanti isixwayise ngokuthi uma ike yahlangana no-AKA kuzo shuba," kusho omunye wemithombo.

Abethimba lika-AKA abafunanga ukuphawula ngodaba, kubika i-eNCA.

Abaphathi bekilabhu iCocoon Lounge abatholakalanga ukuphawula kwaze kwashaya isikhathi sokushicilela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.