'Unendoda entsha uKelly Khumalo'

2015-01-15 13:32

Johannesburg - Ziya zimphelela izinsuku umzwilili uKelly Khumalo, kusho isangoma uDumezweni, othi kumele lo mculi ahloniphe izimfuno zabaphansi.

Ngokusho kozakwethu ezindabeni zeDaily Sun, uDumezweni, uthi akukho uKelly aseke wakwenza ngendlela.

“Akaze amzilele uSenzo Meyiwa, akagezwanga nokugezwa wavele waqoma indoda entsha," kuchaza isangoma.

Funda nalolu daba: Unolimi oluqosheme uKelly Khumalo


U"makhosi" uthi uma echitha amathambo, uyambona uKelly nenye indoda.

“UKelly unenye indoda kodwa igazi likaSenzo likhalela ubulungiswa. UKelly uyalazi iqiniso kodwa akaphumeli obala ngoba kukhona owesifazane asondelene naye amvikelayo."

UDumezweni uthi usekhathele amaphupho amtshela ngoKelly nalokho okubi okuzomehlakalela uma engavumi ukuyothwasa.






   – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

  - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

   - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.