Ungqongqoshe udumele ngokubulawa kwephoyisa eKZN

2015-01-04 12:59

Durban – Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa KwaMsane eMtubatuba KwaZulu Natal ngokusho kukaNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi uWillies Mchunu.

UConstable Nokukhanya Sibiya udutshelwe ngoMgqibelo ngesikhathi ezama ukumisa abasolwa abashayise umuntu babaleka ngemoto.

UMchunu uzwakalise ukudumala ukuthi lesi bese kuyisigameko sesibili sokubulawa kwephoyisa ezinsukwini eziyishumi.

“Uma izigebengu zihlasela zibulale amaphoyisa balimaza kakhulu umaphakathi ongakwazi ukuzilwela,” kwisitatimende.

OLUNYE UDABA: Kubulawe iphoyisa likamasipala eGoli

“Labo abathintekayo ezigamekweni zokubulawa kwala maphoyisa kumele nakanjani babhekane nengalo yomthetho.” 


Ngosuku lukaKhisimusi uConstable Simiso Clement Zondi wabulawa ngesikhathi ephenya isigameko esasithinta izibhamu ezingekho emthethweni.

UMchunu uthe umaphakathi kumele usebenze ngokubambisana ukuliwasana nezigebengu futhi uvale zonke izingoja zezigebengu.

“Masisebenzisaneni ukuqinisekisa ukuthi amaphoyisa ethu athola ukwesekwa okwanele futhi akudingayo emiphakathini esiyakhele.”

Kuboshwe abasolwa ababili ngecala ebeliphenywa nguSibiya.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.