Unozinti olimele ubanjwe eshayela ngesivinini

2015-08-08 07:45

Durban – Unozinti weKaizer Chiefs osalimele uNhlanhla Brilliant Khuzwayo ubanjwe eshayela ngesivinini emgwaqweni onguthelawayeka u-N2 ngokusho kombiko.

Lo nozinti ongabonakalanga emqhudelwaneni weBlack Label Cup nasemdlalweni we-MTN 8 ngenxa yokulimala ubanjwe ngabakwaSidlodlo ngoLwesihlanu kusihlwa.

OLUNYE UDABA: Silindele izinto ezinkulu kuShabba: Khune

Okhulumela iKwaZulu Natal Road Traffic Inspectorate uZinhle Mngomezulu uthe uKhuzwayo ubeshayela ngesivinini sika-166 km/h ngaseBallito enyakatho yeTheku.

UMngomezulu uthe uKhuzwayo obehamba ngemoto yohlobo lweBMW emhlophe umiswe ngamaphoyisa wabe eseyiswa esiteshini samaphoyisa eMhlali ngaphambi kokuthi adedelwe ngebheyili ka-R2000.

Kulindeleke ukuthi lo nozinti avele enkantolo ngoMsombuluko. 

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.