Unozinti umise izingxoxo zenkontileka kubuya uKhune

2015-08-06 12:34

Joahannesburg – Sekuvele ukuthi unozinti eKaizer Chiefs uReyaard Pieterse akasazimisele ukuqhubeka nezingxoxo zenkontileka yakhe naleli qembu kulandela ukubuya kuka-Itumeleng Khune.

ISiya Crew isanda kubika ukuthi Amakhosi azimisele ukusayina inkontileka entsha noPieterse njengoba anayo izophela ekupheleni kwesizini ezoqala ka-2015/16. 

Kubikwa ukuthi lo nozinti ubezimisele ukusayina inkontileka entsha neChiefs ngaphambi kokuzwakala kwezindaba zokubuya kukaKhune kuleli qembu.

OLUNYE UDABA:  Sizamile ukunqoba - uPitso

UPieterse ubezobanga ijezi noBrilliant Khizwayo osalimele  kanti ukubuya kukaKhune kubuyisela lo nozinti emuva  ukuyoba ngowesithathu njengoba ebeyisekela likaKhuzwayo.

Kubikwa ukuthi lo nozinti uqoke ukuzimisa izingxoxo zenkontileka entsha naMakhosi okwamanje  njengoba kuvela izindaba zokuthi uzimisele ngokuya phesheya kwezilwandle ekupheleni kwesizini ka-2015/16. 

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.