Unyanyise abalandeli umngani kaBonang

2015-01-12 09:36
Johannesburg - Umngani kaBonang uPhahlele unyanyise abalandeli bakaBonang ngesikhathi ematasa edonsela uBonang emuva, emuvimba ukuba athathe izithombe nabalandeli bakhe.

UBonang owaziwa ngelikaQueen B waya kwenye yemicimbi kaNovemba yeSilver FalconRugby club eSilverton, ePitoli noPhahlele.

"Isenzo sikaPhahlele sangishiya ngishaqekile. Ngabe uyazi ukuthi uBonang ungumuntu omkhulu kanjani nokuthi uyimvela kancane kanjani emcimbini yemiphakathi ngenxa yokuhlala ematasa?" kusho lo mthombo.

OLUNYE UDABA: Akudikizi nenqulu ngoBonag noD'Banj - Euphonik
UBonang akazange akuphikise okwenziwa uPhahlele.

"Umngani wami wayethukile kodwa wabancono ngokuhamba kwesikhathi, nami sengimchazelile ukuthi kubaluleke kangakanani kumina ukuba nabalandeli bami," kusho uBonang.

UPhahlele kwamuthatha isikhathi ukuba aphawule kodwa ngemuva kwesikhathi wathumela i-SMS kwabephephandaba iSunday Sun ethi: "Ngicela nibhekise yonke imibuzo kuMnz Katlego Malatji, okunguye owayesimeme kulo mcimbi."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.