Uphase ngamalengiso oweqiswa ikilasi

2015-01-06 18:35
Durban – Umfundi waseMlazi weqiswa ikilasi wathi esefika kumatikuletsheni wenza ezibukwayo njengoba ephase ngo-distinctions abayisithupha.

UKimberly Dlamini, 16, wayehlezi ephasa ngamalengiso kwaze kwaba othisha baseVelabahleke High School banquma ukumdlulisa esuka kaGrade 8 waya kaGrade 10, kubika iDaily News.

Lokhu kwamsiza kakhulu uDlamini othi wayefikelwa yisithukuthezi ekilasini ngoba wayekwazi okuningi okwakufundwa.

Uthi ufuna ukwenza izifundo zobudokotela.

OLUNYE UDABA: Ingamanga eyemiphumela ka-matric eF State – DA

"Uthishanhloko wami udlale indima enkulu ekwenzeni kwami kahle. Angibashiyi ngaphandle nabangani bami abebelokhu bengeseka njalo.”

Uthishanhloko uMbongeni Mtshali, 54, uchaze uDlamini njengengane ezimiselayo.

Umama wakhe uNompumelelo, osebenza emakhishini uthe ufisa sengathi ingane yakhe ingathola umfundaze ukuze ifeze iphupho layo lokuba ngudokotela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.