Uphenduke iqhawe ohlenge ubhululu obehlaselwa ushaka

2015-08-24 12:30

Sydney -Uphenduke iqhawe owesilisa ohlenge impilo kabhululu wakhe obehlaselwa ushaka olwandle lwase-Australia esifundazweni iNew Sout Wales.

UDale Carr oneminyaka engu-38 onezingane ezimbili olimale kanzima utakulwe umngani wakhe ongene olwandle wamdonsa wamkhiphela ngaphandle ngesikhathi ehlaselwa ushaka.  

Abosizo lokuqala bafike lo mlisa esengaphandle ngemuva kokutakulwa sekusele kancane ushaka uqede ngempilo yakhe.

OLUNYE UDABA:  Kulimale abantu indoda idubula esitimeleni

Abosizo lokuqala babe sebemphuthumisa esibhedlela iPort Macquarie.

Umhlengi wasolwandle uchaze lesi sigameko njengesisabisa kakhulu ezigamekweni aseke wazibona empilweni yakhe.

Kubikwa ukuthi ziyanda izigameko zokuhlaselwa ushaka emabhishi ase-Australia njengoba kuvela ukuthi bese kuyisigameko sesi-12 kulo nyaka.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.