Uphenyo olwethusayo ngabafundi baseKurhuleni

2015-01-12 09:31

Johannesburg - Izingane ziyaphoqwa ukuthi zilwe zidwephulane njengezinja, nokuholela ekutheni zigcine zilimala kambi, kusho umbiko wephephandaba iThe Star.

Umbiko owethusayo uthi izingane ziyakwebhana ziphinde zilumane.

Ngenyanga kaJuni, isikole esiseSprings, eKurhuleni, sicele usizo lomphenyi uWendy Wilson, wakwaNational Council of SPCA.

Uthishanhloko wesikole wacela usizo ngemuva kokubona abafundi bakhe bebuya ekhefini nemanwephunwephu bekade belwa.

Funda nalolu daba: Abafundi baseNingizimu Afrika abenzi kahle

Kutholakale ukuthi izingane ziyalwa zigqugqguzelwa abazali abasuke bebhejile, zigqugquzelwa ukuthi zingenele umncintiswano zilwa njengezinja.

Ngokusho kukaWilson, esikoleni izingane zibheja ngemali ephakathi kuka-R2 no-R10, kugqugquzelwa impi.

"Owinile kwabalwayo uwina "umngani"omncane kunaye ngeminyaka. Asikabi nolwazi oluphelele noma lobu bungani buphelela embhedeni yini,"kusho uWilson.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.