Uphuze ushevu osolwa ngokudlwengula

2015-01-22 17:29
Johannesburg - Osomatekisi usolwa ngokudlwengulela owesifazane etekisini yakhe wase ephuza ushevu ngemuva kokuzwa ukuthi ufunwa ngamaphoyisa, ePhuthaditjhaba, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesine.

Lona usolwa ngokudlwengula owesifazane, 45, obeya emsebenzini eQwaQwa, ngabo-08:00 ngoLwesithathu, kusho uSergeant Mmako Mophiring.

Kuthe itekisi uma isisendleleni, lo mshayeli wathululela abanye abagibeli kwenye imoto.

Kuthe uma lo wesifazane enqaba ukukhokha okwesibili, umshayeli wamsabisa ngokumbulala ngaphambi kokudlwengula.

OLUNYE UDABA: Uvelile osolwa ngelokudlwengula ugogo wakhe

"Ube esenikeza lo wesifazane u-R20 wase emshiya emgwaqeni. Isisulu sikwazile ukuthatha i-number plate sase sibikela amaphoyisa.

"Umsolwa, 39, ube esephuza ushevu. Kumanje ungaphansi kweso lamaphoyisa esibhedlela kanti kulindeleke ukuba avele enkantolo kungekudala."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.