Usaziwayo ulaxaze uhlelo efuna ukugxila ezifundweni

2015-08-24 06:56

Johannesburg - Usaziwayo kamabonakude ulaxaze uhlelo lwezingxoxo ku-SABC 1 ngenxa yokufuna ukugxila ezifundweni zakhe ngokusho kombiko.  

UNyiko Shikwabane owethula uhlelo iRise wenza unyaka wesine ezifundweni zomthetho esikhungweni semfundo ephakeme iWits ulaxaze lolu hlelo ngokuba efuna ukuphuthula izifundo zakhe kuqala.

Lo saziwa oneminyaka engu-23 ubudala ubethula lolu hlelo obelusekwisizini yokuqala kanti ubesebenza ngokubambisana nabanye osaziwayo okubalwa kubo uKgomotso Motsunyane, Lebo Ramafoko noKhanyisile Mazibuko.

OLUNYE UDABA: Usenkingeni umama ka-Eddie Zondi - Umbiko

"Ngibone kungcono ngigxile ezifunweni zami ngoba kuzoba nzima ukukwenza kokubili, "kusho losaziwayo ngokubika kweSowetanLive.

"Kodwa lolu hlelo luzoqhubeka futhi anginanxa nalo nabadidiyeli balo.

Ngiyabonga ngethuba ngifunde lukhulu kulona njengoba ngisebenze nabesifazane abanohlonze.

Kube yisipiliyoni engiyohlale njalo ngisibambe ngezandla zombili."

Indawo kaNyiko izovalwa uMbali Qotyana kwisizini yesibili yalolu hlelo. 

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.