Usenkantolo osolwa ngokudlwengula indodakazi kamastende

2015-08-23 11:33

Bulawayo - Owesilisa oyisiqashi kwaBulawayo, eZimbabwe, kuthiwa wamboza indodakazi kamastende wakhe ngengubo yokulala ngaphambi kokuyidlwengula.

IMantshi uSibongile Msipa-Marondedze utshelwe lokhu ngesikhathi u-Enock Pafamurombo, 34, evele enkantolo ebhekene necala lokudlwengula, kubika iBulawayo24.

Umshushisi uMargaret Muhomba uthi lesi sigameko senzeka ngoJulayi le ngane ihlezi yodwa kubo mini.

OLUNYE UDABA: Uziyise kwagoqanyawo olahlwe ngelokudlwengula umzukulu

Kuthiwa le ngane yayibhince ithawula isanda kuqeda ukugeza ngesikhathi  ihlaselwa nguPafamurombo.

UMuhomba uthi uPafamurombo wangena ingane isithi iyagqoka, wayimboza ngengubo yokulala wase eyidlwengula ngaphandle kokusebenzisa ikhondomu.

Icala lihlehliselwe umhlaka-3 Septhemba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.