Usenkingeni umama ka-Eddie Zondi - Umbiko

2015-08-23 14:09

Johannesburg - Umama wengqalabutho yomsakakzi engasekho emhlabeni, u-Eddie Zondi, uxoshiwe emzini wakhe oseNaturena, eningizimu neGoli,ngesonto eledlule.

UThokozile Zondi ukhishwe emzini wakhe ngemuva kokuhluleka ukuwukhokhela.

ISunday Sun ithole ezithi ibhange lishaqe lo muzi lase liwudayisa ngo-R400 000 ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Eddie Zondi othandekayo...

Umakhelwane okhathazekile, okhulume nephephandaba wacela ukungadalulwa igama lakhe, uthi uThokozile ubehlala nodadewabo ka-Eddie omdala kulo muzi.

"UGogo Thokozile usehlale kulo muzi isikhathi eside kanti kuyadabukisa ukuthi akhishwe ngale ndlela.

"Le ndlu wayithengelwa ngu-Eddie kanti nguye obeyikhokhela, kuthe esedlulile emhlabeni kwaba nzima kugogo ukuba ayikhokhele ngoba uphila ngemali yempesheni."

Umphakathi uzamela ugogo ukuba athole usizo kwa-SABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.