Usesibhedlela obanjwe eqhuba isidumbu ngebhala

2015-01-13 12:32

Johannesburg - Kuboshwe umlisa ngemuva kokubonakala eqhuba isidumbu sentombi yakhe ngebhala eBloemfontein, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesibili.

Isidumbu besisongwe ngengubo yokulala kanti izakhamuzi zibone unyawo luvela ngaphansi kwayo, ngezithuba zabo-05:30 ngoLwesibili eKagisanong, kusho uConstable Peter Kareli esitatimendeni.

Umlisa oneminyaka engu-35 ubudala ubanjiwe wabe esetitinywa ngumphakathi ngesikhathi ezama ukubaleka.

Funda nalolu daba: Kushone 3 kwalimala 2 kweyenzeke ePitoli.

Amaphoyisa aseKagisanong amthathile lo mlisa amyisa esibhedlela iPelonomi Hospital nokuyilapho aqashwe khona ngeso lokhozi esesimeni esibucayi.

Isidumbu sihlonzwe njengentombi yomsolwa.

Kube sekuvulwa icala lokubulala kanti ukuhlolwa kwesidumbu yikhona okuzocacisa ukuthi ishone kanjani intombi.



 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.