Usezozwakala komunye umsakazo u-Azania

2015-01-14 16:01
Johannesburg - Umsakazi owaduma kakhulu emsakazweni iMetro fm u-Azania Mosaka oseke wezwakala nakwiPower fm kuzwakale ukuthi usezojoyina isiteshi i-702 Talk.

U-Azania wesule kwiPower fm ngemuva kokuba nalesi siteshi kusukela sivulwa ngoJuni ngonyaka ophelile.

Eshiya kulesi siteshi u-Azania wathi wesula ngoba esefuna ukubhekana nebhizinisi lakhe.

Abanye abasakazi asebewushiyile lo msakazo kubalwa oSiki Mgabadeli, uMcIntosh Polela, uChris Vick, u-Asanda Magaqa, no-Eusebius McKaiser.

OLUNYE UDABA: Kwesule umsakazi wodumo

Abanye babasakazi basuliswa ukungavumelani ngezinkontileka ekubeni abanye babengazange banikezwe izinkontileka ngesikhathi bengena kulo msakazo

U-Azania yena uzobe ethula uhlelo lwasekuseni emsakazweni ngoMgqibelo nangeSonto phakathi kuka-06:00 kuya ku-10:00 ekuseni, kubuka abeSunday World.




  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

                                        

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.