Ushonele epotimendeni obezama ukuwelela kwelinye izwe

2015-08-03 18:13

Rabat - Uphelelwe wumoya washona umlisa obezama ukungena ezweni laseSpain ngokushushumbiswa ngeposimende ebelisebhuthini lemoto, kusho uhulumeni waseSpain ngoMsombuluko.

Umlisa oneminyaka engu-27 ubudala, elingadalulwwanga igamalakhe, utholakale eshonile emotweni efike ngomkhumbi echwebeni lase-Almeria isuka eMelika.

Umnikazi wemoto, ongumfowabo kamufi, uboshiwe ngecala lokubulala, kusho okhulumela uhulumeni.

Funda nalolu daba: Kubulawe 10 wamasosha eMali

Umfowabo uzamile ukuhlaba umkhosi ngesimo sikamfowabo ngesikhathi umkhumbi ufika echwebeni kodwa abezimo eziphuthumayo bekungekho ebebesangakwenza.

NgeSonto iBhritani nezwe laseFrance banxuse amazwe angaphansi kwe-European Union ukuba asize ekulweni nenkinga yabantu abangena kulamazwe ngokungemthetho. 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.