Ushonile umfana, 18, ophunyukwe yimoto eThekwini

2015-08-06 11:36

Durban – Kushone umfana, 18, ngesikhathi ehluleka ukulawula imoto yakhe wase eshayisa unqenqema lomgwaqo ku-N2, kusho abosizo lokuqala ngoLwesine.

UKyle van Reenen, okhulumela iCrisis Medical, uthe abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola i-BMW iphakathi nomgwaqo ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Kushone 2 engozini yomgwaqo

Nokho abosizo lokuqala batshelwe abazibonele ukuthi le moto ingene ngomgwaqo ophuma ku-N2 iyojoyina u-M19 ngesikhathi ishayisa uzinsimbi zomgwaqo.

“Kudingeke ukuthi kusetshenziswa amathuluzi ayisipesheli ukukhulula lo mfana kule moto, sathi uma sibhekisisa sathola ukuthi akasekho emhlabeni,” kusho uVan Reenen.

Amaphoyisa ayaphenya ngokuthi le ngozi yenzeke kanjani.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.